Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 49:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ungesabi nxa umuntu eceba, uba udumo lwendlu yakhe lwanda;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ungesabi, nxa umuntu eceba, nxa ubukhosi bendlu yakhe banda.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ungesabi uma umuntu eba yisicebi, nxa umcebo wendlu yakhe wanda.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 49:16
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wezwa amazwi amadodana kaLabani, ethi: “UJakobe wathatha konke okwakungokukababa; futhi kulokho okwakungokukababa wathola lonke lolu dumo.


UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


Ihubo likaDavide. Ungakhathazeki ngababi, ungabahawukeli abenza okubi.


Hlala kuJehova, umlinde ngokubekezela; ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe, ngomuntu oceba amacebo amabi.


Ngesabani emihleni yobubi, lapho ububi bezithende zami bungihaqa, na?


Lapho abalungileyo bethokoza, kukhona inkazimulo enkulu; kepha lapho ababi bevuka, umuntu uyacasha.


Ngizabahlenga emandleni eHayidese; ngiyakubakhulula ekufeni; Kufa, ngizakuba yinhlupho yakho;


Izizwe zabasindiswayo ziyakuhamba ekukhanyeni kwawo, namakhosi omhlaba aletha kuwo inkazimulo nodumo lwawo.


Bayakungenisa kuwo inkazimulo nodumo lwezizwe.