Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 48:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

Uyaphula imikhumbi yaseTharishishi ngomoya wasempumalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngomoya wasempumalanga waphula imikhumbi yaseTharishishi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngomoya wasempumalanga, waphula imikhumbi yaseTharishishi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 48:7
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba inkosi yayinemikhumbi yaseTharishishi olwandle kanye nemikhumbi kaHiramu; kanye ngeminyaka emithathu imikhumbi yaseTharishishi yafika iletha igolide, nesiliva, nezimpondo zendlovu, nezinkawu, namapigogo.


UJehoshafati wenza imikhumbi evela eTharishishi ukuya e-Ofiri ukulanda igolide; kodwa kabahambanga; ngoba imikhumbi yaphuka e-Esiongeber.


Abantu bayakuzwa, besabe; usizi luyakubamba abakhileyo ePalestine.


Bazakwesaba; omaye nezinsizi ziyakubafica; bayakuba sezinhlungwini njengobelethayo; bayamangala omunye nomunye; ubuso babo buyakuba njengamalangabi.


naphezu kwayo yonke imikhumbi yaseTharishishi naphezu kwazo zonke izithombe ezithandekayo.


Ngiyakubahlakaza njengomoya wasempumalanga phambi kwesitha; ngiyakubukisa umhlane wabo, hhayi ubuso babo ngosuku lobubi babo.