Base besukuma, babaleka kuhwelela, bashiya amatende abo, namahhashi abo, nezimbongolo zabo, ikamu linjengoba linjalo, babaleka ukuze basindise ukuphila kwabo.
AmaHubo 48:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bafikelwa ukwesaba nobuhlungu obunjengobobeletha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ehlelwa lapho ngukuthuthumela, yivuso njengakobelethayo. IsiZulu 2020 akhungathwa yingebhe lapho nemihelo, njengokowesifazane otetayo. |
Base besukuma, babaleka kuhwelela, bashiya amatende abo, namahhashi abo, nezimbongolo zabo, ikamu linjengoba linjalo, babaleka ukuze basindise ukuphila kwabo.
Ngakho izinkalo zami zigcwele usizi; imihelo ingibambile njengobelethayo; Ngaphatheka kabi lapho ngiyibona.
Khona-ke ubuso benkosi bashintsha, futhi imicabango yayo yamethusa, kwaze kwaxebuka amalunga ezinkalweni zayo namadolo ayo ashayana.
Izinhlungu zokubeletha ziyakumfica; uyindodana eyisiwula; ngoba akufanele ahlale isikhathi eside endaweni yokugqashuka kwabantwana.