Awukufuni yini, Nkulunkulu, lokho esikwalile? Awuyikuphuma, O Nkulunkulu, namabutho ethu na?
AmaHubo 44:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa usilahlile, wasihlazisa; futhi ungaphumi namabutho ethu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nokho ususilahlile, wasijabhisa; awusaphumi nezimpi zethu. IsiZulu 2020 Nokho usilahlile, wasijabhisa, futhi awusaphumi nezimpi zethu. |
Awukufuni yini, Nkulunkulu, lokho esikwalile? Awuyikuphuma, O Nkulunkulu, namabutho ethu na?
Ngokuba wena unguNkulunkulu wamandla ami; ungilahlelani na? ngiyakulilelani ngokucindezelwa kwesitha na?
Kumholi wokuhlabelela eShushaneduti, uMikitamu kaDavide, ukuba afundise, lapho ebambana ne-Aramuna-Haraimi ne-Aramusoba, ekubuyeni kukaJowabe, wabulala kwa-Edomi esiGodini Sikasawoti abayizinkulungwane eziyishumi nambili. O Nkulunkulu, usilahlile! Wasihlakaza, Wathukuthela; O Ziphendulele kithi futhi.
Awukufuni yini, Nkulunkulu, lokho esikwalile? wena, Nkulunkulu, ongaphumanga namabutho ethu na?
IMaskili lika-Asafa. Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? intukuthelo yakho ithunqeleni izimvu zedlelo lakho na?
Usho kanje uJehova, uthi: “Ohlakaniphileyo makangazibongi ngokuhlakanipha kwakhe, nonamandla makangazigabisi ngamandla akhe, nocebileyo makangazibongi ngenotho yakhe.
Kepha ozibongayo makazibonge ngakho, ukuze angiqonde, azi Mina, ukuthi nginguJehova owenza umusa, nokwahlulela, nokulunga emhlabeni; ngokuba lokhu ngiyathokoza,” usho uJehova.