USara waphika wathi: “Angihlekanga; ngoba wayesaba. Waphendula wathi: Hatshi; kodwa wahleka.
AmaHubo 44:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yebo, ngenxa yakho siyabulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu ezihlatshiweyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yebo, ngenxa yakho sibulawa usuku lonke, siphathiswa okwezimvu zokuhlatshwa. IsiZulu 2020 Ngenxa yakho, sibulawa usuku lonke, sifana nezimvu zokuhlatshwa. |
USara waphika wathi: “Angihlekanga; ngoba wayesaba. Waphendula wathi: Hatshi; kodwa wahleka.
Wathi: “Ngaba nobukhwele obukhulu kuJehova uNkulunkulu Sebawoti, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli basishiyile isivumelwano sakho, badilize ama-altare akho, babulala abaprofethi bakho ngenkemba; ngase ngisele ngedwa; futhi bafuna umphefumulo wami ukuze bawususe.
Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.
Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.
Kepha konke lokhu bayakukwenza kini ngenxa yegama lami, ngokuba bengamazi ongithumileyo.
Njengokulotshiweyo ukuthi: Ngenxa yakho sibulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu zokuhlatshwa.
Ngokuba ngithi uNkulunkulu usimisile thina baphostoli ekugcineni njengabamiselwe ukufa, ngokuba senziwe ukubukwa ezweni, nasezingelosini, nakubantu.
UJehova, uNkulunkulu wawonkulunkulu, uJehova, uNkulunkulu wawonkulunkulu, nguyena owaziyo, nowamazi u-Israyeli; uma kungukuhlubuka noma ukweqa uJehova (ungasikhululi namuhla).