Unganginikeli entandweni yezitha zami, ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabantu abaphefumula unya.
AmaHubo 41:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova uyakumlondoloza, amgcine ephila; futhi uyobusiswa emhlabeni, futhi ngeke umnikele entandweni yezitha zakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova uyakumlondoloza, amphilise; uyakubusiswa emhlabeni; awuyikumnikela entandweni yezitha zakhe. IsiZulu 2020 USimakade uyomlondoloza, amgcine ephila; uyobusiswa ezweni. Akayukumnikela ezifisweni zezitha zakhe. |
Unganginikeli entandweni yezitha zami, ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabantu abaphefumula unya.
Ngokuba ababusisiweyo nguye bayakudla ifa lomhlaba; lalabo abaqalekisiweyo nguye bazaqunywa.
Umuntu olesihawu wenza okuhle emphefumulweni wakhe, kodwa olesihluku ulimaza inyama yakhe.
Kodwa mina ngizalisindisa ngalolosuku, kutsho uJehova, njalo kawuyikunikelwa esandleni sabantu elibesabayo.
UmLevi (ngokuba akanasabelo nafa nawe), nomfokazi nentandane nomfelokazi abasemasangweni akho, bayakuza, badle, basuthe; ukuze uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wesandla sakho owenzayo.
Ngokuba ukuqeqesha umzimba kusiza kancane, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhukuphila, nalokho okuzayo.
Uninazala wathi kuye: “Uthathephi namuhla na?” kanti ubusebenza kuphi? ubusisiwe okunakile. Wasemtshela uninazala lowo asebenza kuye, wathi: Ibizo lendoda engisebenze layo lamuhla nguBhowazi;