Wahlakaza, wapha abampofu; ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade; uphondo lwakhe luyophakama ngodumo.
AmaHubo 41:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Ubusisiwe onaka ompofu; uJehova uyakumsindisa ngesikhathi sokuhlupheka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ubusisiwe onakekela ohluphekayo; uJehova uyakumsindisa osukwini olubi. IsiZulu 2020 Ubusisiwe onakekela ohluphekayo, uSimakade uyomsindisa ngosuku lwenhlupheko. |
Wahlakaza, wapha abampofu; ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade; uphondo lwakhe luyophakama ngodumo.
Ulaka lwenkosi lunjengezithunywa zokufa, kodwa umuntu ohlakaniphileyo uyaluthulisa.
Cabanga ngoMdali wakho emihleni yobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, ingasondeli iminyaka, uma uthi: Angithokozi ngayo;
Kodwa mina ngizalisindisa ngalolosuku, kutsho uJehova, njalo kawuyikunikelwa esandleni sabantu elibesabayo.
Ngokuba abampofu ninabo njalo, futhi noma nini lapho sukuba nithanda, ningabenzela okuhle, kepha mina aninami njalo.
Kukho konke nginibonisile, ukuthi ngokushikashikeka kanje kufanele nisize ababuthakathaka, nikhumbule amazwi eNkosi uJesu, ukuthi yathi: ‘Kubusisekile ukupha kunokwamukela.’
Siyanincenga, bazalwane, ukuba nibaxwayise abaxhwalayo, niduduze abadanileyo, nisekele ababuthakathaka, nibekezelele abantu bonke.
Ngokuba uNkulunkulu akayena ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nomshikashika wothando enalubonakalisa kulo igama lakhe, ngokukhonza abangcwele, nisabakhonza.
Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.
Ngokuba uligcinile izwi lokubekezela kwami, nami ngiyakukulondoloza ehoreni lokulingwa eliyakufika phezu komhlaba wonke ukulinga abakhileyo emhlabeni.
Uninazala wathi kuye: “Uthathephi namuhla na?” kanti ubusebenza kuphi? ubusisiwe okunakile. Wasemtshela uninazala lowo asebenza kuye, wathi: Ibizo lendoda engisebenze layo lamuhla nguBhowazi;