Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 40:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

Bonke abakufunayo mabajabule bajabule kuwe; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo ukuthi: Makabe mkhulu uJehova;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo; abathanda insindiso yakho mabasho njalo, bathi: “Makadunyiswe uJehova.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo, abathanda insindiso yakho mabasho njalo, bathi: “Makadunyiswe uSimakade.”

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 40:16
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mayijabule inhliziyo yabafuna uJehova.


Ngidle ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kungukuthokoza kwenhliziyo yami.


Amehlo ami ayaphela ekusindisweni kwakho nasezwini lokulunga kwakho.


CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.


Abathobekileyo bazakudla basuthe; bayakumdumisa uJehova abamfunayo; inhliziyo yakho iyophila phakade.


Yebo, bangikhamisela kakhulu imilomo yabo, bathi: “Ashila, ashila, iso lethu libonile!


Mabajabule, bajabule, abathanda ukulunga kwami; yebo, mabasho njalonjalo: Makabe mkhulu uJehova othokoza ngokuphumelela kwenceku yakhe.


Kodwa abalungileyo kathokoze; mabajabule phambi kukaNkulunkulu, yebo, mabajabule kakhulu.


Ndodana yomuntu, ngokuba iTire lathi ngeJerusalema: “Ashila, liphukile amasango abantu; waphendukela kiMi; Ngizokwaneliseka, manje sekonakele.


Lokho kwaziwa yibo bonke abakhileyo e-Efesu abaJuda namaGreki; ukwesaba kwabehlela bonke, ladunyiswa igama leNkosi uJesu.