Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 39:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Jehova, ngazise ukuphela kwami nesilinganiso sezinsuku zami ukuthi ziyini; ukuze ngazi ukuthi ngibuthakathaka kangakanani.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Jehova, ngazise ukuphela kwami, nesilinganiso sezinsuku zami ukuba siyini; mangazi ukuthi ngingodlulayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

“Simakade, ngazise isiphetho sami, nokuthi zingakanani izinsuku zami; mangazi ukuthi ngingodlulayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 39:4
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

O, ukube ubufuna ukungifihla endaweni yabafileyo, ungithukuse kuze kuphele intukuthelo yakho, ungibekele isikhathi esimisiweyo, ungikhumbule!


Ngoba yena uyasazi isimo sethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.


Zingaki izinsuku zenceku yakho na? uyakubahlulela nini abangizingelayo na?


Ngakho sifundise ukubala izinsuku zethu, ukuze siphendule izinhliziyo zethu ekuhlakanipheni.