Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 38:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

Nkosi, zonke izifiso zami ziphambi kwakho; nokububula kwami akufihlekile kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Nkosi, ukufisa kwami konke kuphambi kwakho; ukububula kwami akufihlekile kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Nkosi, zonke izifiso zami ziphambi kwakho, ukububula kwami akufihlakele kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 38:9
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nkosi, uzwile isifiso sabathobekileyo; Uyakulungisa inhliziyo yabo, wenze indlebe yakho izwe.


Ukuze uzwe ukukhala kwesiboshwa; ukukhulula abamiselwe ukufa;


Ngenxa yezwi lokububula kwami amathambo ami anamathele esikhumbeni sami.


Ngikhathele ukububula kwami; ubusuku bonke ngigezisa umbhede wami; nginisela ukhukho lwami ngezinyembezi.


UNathanayeli wathi kuye: “Ungazelaphi na? UJesu waphendula, wathi kuye: Ngaphambi kokuthi uFiliphu akubize, uphansi komkhiwane, ngakubona.


Ngokuba kulokhu siyabubula, silangazelela ukwembeswa indlu yethu evela ezulwini;