Wathi: “Jehova, Nkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, thumela ukuba ngibizwe namuhla, uyenzele umusa inkosi yami u-Abrahama.”
AmaHubo 37:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Shiya indlela yakho kuJehova; thembela kuye futhi; futhi uyokwenza kwenzeke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nikela indlela yakho esandleni sikaJehova, umethembe; yena uzakukwenza. IsiZulu 2020 Nikela indlela yakho kuSimakade; umethembe, Yena uzokwenzela okufisayo. |
Wathi: “Jehova, Nkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, thumela ukuba ngibizwe namuhla, uyenzele umusa inkosi yami u-Abrahama.”
Kumelwe unqume okuthile, futhi kuyokuma kuwe, futhi ukukhanya kukhanye ezindleleni zakho.
Wathembela kuJehova ukuthi uzakumsindisa; makamsindise, ngokuba ethokoza ngaye.
Phonsa umthwalo wakho phezu kukaJehova, uzakukuphasa; Akasoze avumela olungileyo antengantenge.
Ngalokho ngacabanga enhliziyweni yami ukuba ngimemezele konke lokhu ukuthi abalungileyo nabahlakaniphileyo kanye nemisebenzi yabo kusesandleni sikaNkulunkulu; akakho owazi uthando nenzondo kukho konke okuphambi kwakhe.
Ngalokho ngithi kini: Ningakhathazeki ngokuphila kwenu, ukuthi niyakudlani noma niyakuphuzani; nomzimba wenu ukuthi niyakwembathani. Ukuphila kakukhulu yini kunokudla, nomzimba kunesambatho?
Wasesithi kubafundi bakhe: Ngakho ngithi kini: Lingakhathaleli impilo yenu, ukuthi lizakudlani; noma ngomzimba ukuthi niyakwembathani.
Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.
Bathi: “Awusikhohlisanga, awusicindezelanga, awuthathanga lutho esandleni samuntu;