Ngalezo zinsuku uHezekiya wagula waze wafa, wakhuleka kuJehova; wakhuluma kuye, wamnika isibonakaliso.
AmaHubo 34:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abalungileyo bayabiza, uJehova uyezwa, abakhulule kuzo zonke izinhlupheko zabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo. IsiZulu 2020 USimakade uyakuzwa ukunxusa kwabalungileyo, abakhulule kuzo zonke izinhlupheko zabo. |
Ngalezo zinsuku uHezekiya wagula waze wafa, wakhuleka kuJehova; wakhuluma kuye, wamnika isibonakaliso.
Amehlo kaJehova aphezu kwabalungileyo, nezindlebe zakhe zisekukhaleleni kwabo usizo.
Lo muntu ompofu wakhala, uJehova wamuzwa, wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko zakhe.
Kepha mina ngiyakungena endlini yakho ngobuningi bomusa wakho, ngikhuleke ethempelini lakho elingcwele ngokukwesaba.
Wena sitha, incithakalo iphelile kuze kube nininini, uchithe imizi eyincithakalo; isikhumbuzo sabo sabhubha kanye nabo.
Uyakungibiza, ngimphendule; ngiyakuba naye osizini; ngiyakumkhulula, ngimdumise;
Ngiyakubhekisa ubuso bami bumelane nalowo muntu, ngimenze isibonakaliso nesaga, ngimnqume phakathi kwabantu bami; nizokwazi ukuthi nginguJehova.
Noma beya ekudingisweni phambi kwezitha zabo, ngiyakuyala inkemba kusukela lapho, ibabulale; ngiyakubhekisa amehlo ami kubo kube kubi, kungabi kuhle.
Ngathi: Ngiyakubahlakazela emagumbini, ngiqede ukukhunjulwa kwabo phakathi kwabantu.