Umusa wakho, Jehova, mawube phezu kwethu, njengoba sithembele kuwe.
Umusa wakho, Jehova, mawube phezu kwethu, njengalokhu sithemba wena.
Simakade, umusa wakho mawehlele phezu kwethu, njengalokhu sithemba Wena.
ZAIN. Khumbula izwi ongenze ngalithemba encekwini yakho.
Umusa wakho mawube yinduduzo kimi njengokwezwi lakho encekwini yakho.
Kepha mina ngethemba umusa wakho; inhliziyo yami iyojabula ngensindiso yakho.
Ziningi izinsizi zomubi, kepha othembela kuJehova, umusa uyakumhaqa.
Jehova, sihawukele; thina sikulindele; sibe mpofu kubo njalo ekuseni, nathi siyaphilisa ngesikhathi sosizi.
Khona wathinta amehlo azo, wathi: “Makwenzeke kini njengokukholwa kwenu.