Ihubo lika-Asafa. UNkulunkulu onamandla, uJehova, wakhuluma, wabiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo.
AmaHubo 24:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingubani le nkosi ehloniphekile? UJehova, onamandla nonamandla, uJehova, onamandla ekulweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ingubani le Nkosi yenkazimulo na? InguJehova onamandla, oyiqhawe, uJehova oyiqhawe lokulwa. IsiZulu 2020 Ingubani le Nkosi yenkazimulo na? InguSimakade onamandla, oyiqhawe, uSimakade oyiqhawe empini. |
Ihubo lika-Asafa. UNkulunkulu onamandla, uJehova, wakhuluma, wabiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga kuze kube sekushoneni kwalo.
UJehova uyinkosi, wembethe ubukhosi; uJehova wembethe amandla, azibhincile; nezwe lilungisiwe, ukuze linganyakaziswa.
Ngokuba sizalelwe umntwana, siphiwe indodana, nombuso uyakuba sehlombe lakhe, negama lakhe liyakuthiwa oMangalisayo, uMluleki, uNkulunkulu onamandla, uYise ongunaphakade, iNkosi yokuthula.
Ngase ngibona, bheka, nanto ihhashi elimhlophe, nohlezi phezu kwalo wayenomnsalo; wanikwa umqhele, waphuma enqoba, futhi eyakunqoba.