Ngonile; ngenzeni kuwe, mlondolozi wabantu? ungibekani ngibe yisibonakaliso kuwe, ukuze ngibe ngumthwalo kimi na?
AmaHubo 21:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho kumelwe ubafulathele, lapho ulungisa imicibisholo yakho ezintanjeni zakho ngokumelene nobuso babo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uyakubafulathelisa; ngosinga lomnsalo wakho uyakukhomba ebusweni babo. IsiZulu 2020 ngokuba uyobaciba ngomcibisholo wakho bebuka, bashaye bachithe. |
Ngonile; ngenzeni kuwe, mlondolozi wabantu? ungibekani ngibe yisibonakaliso kuwe, ukuze ngibe ngumthwalo kimi na?
Yebo, wathuma imicibisholo yakhe, wabahlakaza; wadubula umbani wabadungadulisa.
Lapho ngikhala kuwe, izitha zami ziyakubuya; engikwaziyo; ngoba uNkulunkulu ungakimi.
Kepha uNkulunkulu uyakucibishela kubo ngomcibisholo; ngokuzumayo bayakulinyazwa.
Celanani icebo, kepha liyachitheka; khulumani izwi, kodwa aliyikuba, ngokuba uNkulunkulu unathi.