Zonke lezi zinto u-Arawuna inkosi wazinika inkosi. U-Arawuna wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho ukwamukele;
AmaHubo 20:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Faka enhliziyweni yakho wenze wonke amasu akho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Makakunike njengokwenhliziyo yakho, afeze icebo lakho lonke. IsiZulu 2020 Makakuphe okufiswa yinhliziyo yakho, afeze zonke izinhloso zakho. |
Zonke lezi zinto u-Arawuna inkosi wazinika inkosi. U-Arawuna wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho ukwamukele;
Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseSheba konke ekufunayo, nakho konke ekucelile, ngaphandle kwalokho ekulethe enkosini. Wayesephenduka, waya ezweni lakubo, yena nezinceku zakhe.
Uzakwenza okufiswa ngabamesabayo; Futhi uyokuzwa ukukhala kwabo futhi abasindise.
Wamnika isifiso senhliziyo yakhe, kawusigodlanga isicelo sezindebe zakhe. Sela.
Mina bengisazi ukuthi uyangizwa njalo, kodwa ngenxa yexuku elibemi khona ngitshilo, ukuze bakholwe ukuthi wena ungithumile.
Ngalolosuku kaliyikungibuza lutho. Ngiqinisile, ngiqinisile, ngithi kini: Noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami uyakuninika khona.
Kodwa umkakhe wathi kuye: “Uma uJehova ebethanda ukusibulala, nga ngawamukelanga esandleni sethu umnikelo wokushiswa nomnikelo womlilo, futhi ubengasivumelanga ukuba sizibone zonke lezi zinto, njenganamuhla. Asikhulumanga izinto ezinje.
Manje inkosi yami, inkosi, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma uJehova ekuvusile ngokumelene nami, makamukele umhlatshelo; kepha uma bengamadodana abantu, baqalekisiwe phambi kukaJehova; ngoba bangixotshile lamuhla ukuthi ngingahlali efeni le Nkosi, besithi: Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.