Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Ngikhulule, Jehova, kumuntu omubi; ngivikele kumcindezeli;
AmaHubo 18:48 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uyangikhulula ezitheni zami, yebo, uyangiphakamisa phezu kwabangivukelayo; Wangikhulula kumcindezeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ongikhululile ezitheni zami, yebo, ongiphakamisile phezu kwabangivukelayo, wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu. IsiZulu 2020 UNkulunkulu ungiphindiselele, wenza abantu bazithobe phansi kwami. Wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu. |
Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide. Ngikhulule, Jehova, kumuntu omubi; ngivikele kumcindezeli;
Makungabikho mhlebi oqiniswa emhlabeni; okubi kuyakuzingela umcindezeli ukuba ambhubhise.
Ngisindise, Jehova, esandleni sababi; ngivikele kumcindezeli; ababehlose ukuketula ukuhamba kwami.
Ububi bakhe buyakubuyela phezu kwekhanda lakhe, nobudlova bakhe buyokwehlela okhakhayini lwakhe.
Nkulunkulu, abaziqhenyayo bangivukele, nezixuku zabanobudlova zifuna umphefumulo wami; futhi akakubekanga phambi kwabo.
Unengalo enamandla, isandla sakho sinamandla, isandla sakho sokunene siphakeme.
Ngalokho-ke uNkulunkulu wamphakamisa kakhulu, wamnika igama eliphezu kwamagama onke;