UDavide wayesethi kuyo insizwa eyamtshelayo: “Ungowaphi na? Wathi: “Ngiyindodana yomfokazi, umAmaleki.”
AmaHubo 18:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokushesha nje lapho bezwa ngaMi, bayongilalela; abafokazi bazozithoba Kimi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Banele ukungizwa nje ngendlebe, base bengilalela; abafo bazithoba phansi kwami. IsiZulu 2020 Banele ukungizwa nje, bangilalela; abantwana babafokazi bayathoba phansi kwami. |
UDavide wayesethi kuyo insizwa eyamtshelayo: “Ungowaphi na? Wathi: “Ngiyindodana yomfokazi, umAmaleki.”
Yishoni kuNkulunkulu ukuthi: “Yeka ukwesabeka kwakho emisebenzini yakho! ngobukhulu bamandla akho izitha zakho ziyakuzithoba kuwe.
Niyakujezisa uquqaba lwabakhandi, ubuningi bezinkunzi, namathole abantu, kuze kube yilowo nalowo azithobe enezinhlamvu zesiliva; zihlakaze abantu abathanda ukulwa.
Abazondayo uJehova bebeyakuzithoba kuye, kepha isikhathi sabo siyakuma phakade.
UJehova ufungile ngesandla sakhe sokunene nangengalo yamandla akhe, wathi: “Angisayikuzinika izitha zakho ukolweni wakho ube ngukudla kwazo; futhi amadodana wezihambi angaliphuzi iwayini lakho ozikhandlekele.
Ngokuba ningenise abezizweni endlini yami engcwele, abangasokile ngenhliziyo, abangasokile enyameni, ukuba babe sendlini yami engcwele, bayingcolise, indlu yami, uma ninikela ngesinkwa sami, namanoni, negazi, bese ningiphule. Isivumelwano ngenxa yazo zonke izinengiso zakho.
Ubusisiwe wena Israyeli, onjengawe, bantu abahlengiwe nguJehova, isihlangu sosizo lwakho, oyinkemba yobukhosi bakho. Izitha zenu ziyakuba ngamanga kini; futhi kumelwe unyathele ezindaweni zazo eziphakeme.