Unyawo lwami lwabambelela ezinyathelweni zakhe, ngagcina indlela yakhe futhi angiphambukanga.
AmaHubo 17:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Gcina izindlela zami ezindleleni zakho, ukuze izinyathelo zami zingasheleli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izinyathelo zami zinamathela ezinyaweni zakho, izinyawo zami azisheleli. IsiZulu 2020 Izinyathelo zami zisemkhondweni wakho, izinyawo zami azizange zishelele. |
Unyawo lwami lwabambelela ezinyathelweni zakhe, ngagcina indlela yakhe futhi angiphambukanga.
Ngokuba ngithe: Ngilaleleni, funa bajabule ngami; lapho unyawo lwami lushelela, bazikhukhumeza kimi.
Inhliziyo yethu ayibuyelanga emuva, nezinyathelo zethu aziphendukanga endleleni yakho;
Ngiyazi, Jehova, ukuthi indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukumuntu ukuba aqondise izinyathelo zakhe.
Uzalinda inyawo zabangcwele bakhe, lababi bazathuliswa ebumnyameni; ngoba ngamandla kakho ozanqoba.