Ngalokho izizwe ziyakulesaba igama likaJehova, nawo onke amakhosi omhlaba inkazimulo yakho.
AmaHubo 148:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amakhosi omhlaba nabantu bonke; izikhulu nabo bonke abahluleli bomhlaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nani makhosi omhlaba nabantu bonke, nani zikhulu nabahluleli bonke bomhlaba, IsiZulu 2020 nani makhosi omhlaba nabantu bonke, nani zikhulu nabehluleli bonke bomhlaba, |
Ngalokho izizwe ziyakulesaba igama likaJehova, nawo onke amakhosi omhlaba inkazimulo yakho.
Zonke izizwe ozenzileyo zizakuza zikhuleke phambi kwakho, Nkosi; njalo ngizakhazimulisa ibizo lakho.
Amakhosi ayakuba ngoyise, nezindlovukazi zabo zibe ngonyoko; bayakukhothama phambi kwakho ubuso babo bubheke phansi, bakhothe uthuli ezinyaweni zakho; futhi niyokwazi ukuthi nginguJehova, ngoba abalindele kimi ngeke babe namahloni.
Abezizwe bayakuza ekukhanyeni kwakho, namakhosi ekukhazimuleni kokuvuka kwakho.
Izizwe zabasindiswayo ziyakuhamba ekukhanyeni kwawo, namakhosi omhlaba aletha kuwo inkazimulo nodumo lwawo.