AmaHubo 145:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakhe zamandla nobukhosi benkazimulo yombuso wakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho. IsiZulu 2020 ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho. |
Cabanga ngezimangaliso zakhe azenzayo; izimangaliso zakhe nezahlulelo zomlomo wakhe;
Ngubani ongalanda izenzo zamandla zikaJehova na? ngubani ongamemezela zonke izindumiso zakhe na?
Ihubo. Hlabelelani kuJehova ihubo elisha; ngokuba wenze izimangaliso: isandla sakhe sokunene nengalo yakhe engcwele kumnike ukunqoba.
UJesu wasondela wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni.
Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: Manje isifikile insindiso, namandla, nombuso kaNkulunkulu wethu, namandla kaKristu wakhe; ebusuku.