O Jehova, isibili, ngiyinceku yakho; ngiyinceku yakho nendodana yencekukazi yakho; Uzithukululile izibopho zami.
AmaHubo 143:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ngomusa wakho kumelwe uqothule izitha zami futhi ubhubhise bonke abacindezela umphefumulo wami, ngoba ngiyinceku yakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zinqume izitha zami ngomusa wakho, ubabhubhise bonke abahlupha umphefumulo wami, ngokuba ngiyinceku yakho. IsiZulu 2020 Ngomusa wakho uzishabalalise izitha zami, ubabhubhise bonke abahlupha umphefumulo wami, ngokuba ngiyinceku yakho. |
O Jehova, isibili, ngiyinceku yakho; ngiyinceku yakho nendodana yencekukazi yakho; Uzithukululile izibopho zami.
Ngokunjalo uNkulunkulu uyakunibhubhisa kuze kube phakade; uyakukuthatha, akuklebhule endaweni yakho yokuhlala, akunqume ezweni labaphilayo. Sela.
Ngoba ungisindisile kuzo zonke izinhlupheko, leso lami libonile ukulangazela izitha zami.
Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.
Kodwa umuntu wasukuma ukukuxotsha lokudinga umphefumulo wakho; kepha umphefumulo wenkosi yami uyakuboshelwa emshungwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; nemiphefumulo yezitha zakho iyoyiphonsa kungathi iphakathi kwendwayimana.
UDavide wathi: “Kuphila kukaJehova, uJehova uyakumshaya; ukuthi usuku lwakhe lokufa luyafika yini; noma ehle empini abhubhe.