Ababi mabawele emanetheni abo, mina ngibaleke.
Ababi mabawele emanetheni abo, mina ngidlule kuwo.
Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.
Ikhanda labangihaqileyo makubemboze ububi bezindebe zabo.
Ukonakala makumfice engazelele; futhi makabambe kuphela lokho akufihlayo; akawele kuleyoncithakalo.
Olungileyo uyasindiswa ekuhluphekeni, lomubi angene endaweni yakhe.