U-Isaka waphuma sekuhlwile ukuyozindla ensimini; waphakamisa amehlo akhe, wabona, amakamela ayesiza.
AmaHubo 139:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Iyigugu kangakanani kimi imicabango yakho, Nkulunkulu! inkulu kangakanani ingqikithi yakho! IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imicabango yakho, Nkulunkulu, ingamagugu kimi; bukhulu kangaka ubuningi bayo. IsiZulu 2020 Imicabango yakho, Nkulunkulu, ingamagugu kimi; bukhulu kangaka ubuningi bayo. |
U-Isaka waphuma sekuhlwile ukuyozindla ensimini; waphakamisa amehlo akhe, wabona, amakamela ayesiza.
Yeka ubukhulu bobuhle bakho obubekele abakwesabayo; lokho okwenzile kulabo abathembela Kuwe phambi kwabantwana babantu!
Yeka ubukhulu bomusa wakho, Nkulunkulu! ngalokho abantwana babantu babeka ithemba labo ethunzini lamaphiko akho.
Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nemicabango yakho kithi; akunakubalelwa kuwe; kubalwe izinombolo.
Umhlatshelo nomnikelo wokudla awuwuthandanga; uzivulile izindlebe zami; umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwufunanga.
O Jehova, mikhulu kangakanani imisebenzi yakho! futhi imicabango yakho ijule kakhulu.
Ngokuba ngiyazi mina imicabango engiyicabangayo ngani,” usho uJehova, “imicabango yokuthula, kungabi ngeyokubi ukuba ngininike ithemba.