Kuyena owenza izinkanyiso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade.
owenza izinkanyiso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade;
Wamisa inyanga ngezinkathi; ilanga liyakwazi ukushona kwalo.
futhi ungaphakamiseli amehlo akho ezulwini, nalapho ubona ilanga, nenyanga, nezinkanyezi, yebo, lonke ibandla lasezulwini, lixoshwe ukuba likhuleke kuzo, likhonze lezo uJehova UNkulunkulu wahlukanisela izizwe zonke ngaphansi kwalo lonke izulu.