AmaHubo 136:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Owashaya iGibithe kumazibulo alo, ngokuba umusa wakhe umi phakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE owalishaya iGibithe, amazibulo alo, ngokuba umusa wakhe umi phakade; IsiZulu 2020 owabulala amazibulo abaseGibhithe, amazibulo alo, ngokuba umusa wakhe umi phakade; |
Ngiyakudabula izwe laseGibithe ngalobu busuku, ngibulale onke amazibulo ezweni laseGibithe, abantu nezilwane; ngiyakwahlulela bonke onkulunkulu baseGibithe; nginguJehova.
Futhi kwenzeka ukuthi phakathi kwamabili iNkosi yashaya wonke amazibulo ezweni laseGibhithe, kusukela kulo izibulo likaFaro owayehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi, kuya kwizibulo lesiboshwa esasisetilongweni; nawo onke amazibulo ezinkomo.
Nesizwe eyakuba yizigqila zaso ngiyakusahlulela mina, washo uNkulunkulu, andukuba baphume, bangikhonze kule ndawo.
Ngokukholwa wenza iPhasika nokufafazwa kwegazi, ukuze obhubhisa amazibulo angawathinti.