UNkulunkulu wamkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezazinaye emkhunjini;
AmaHubo 132:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingoma yeziqu. Jehova, khumbula uDavide nazo zonke izinhlupheko zakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Jehova, mkhumbulele uDavide zonke izinhlupheko zakhe IsiZulu 2020 Khumbula Simakade, ngenxa kaDavide, zonke izinhlupheko zakhe. |
UNkulunkulu wamkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezazinaye emkhunjini;
Jehova, sindisa umphefumulo wami ezindebeni zenkohliso, nasolimini lwenkohliso (Ihubo.) Ekuhluphekeni kwami ngambiza uJehova, wangizwa.
IsiHlabelelo sikaDavide uma bekungesiye uJehova ngakithi, u-Israyeli ubengathi;
(IsiHlabelelo seziHlabelelo.) Abamethembayo uJehova bayakuba njengentaba yaseSiyoni enganyakazi kepha imi phakade.
IsiHlabelelo SeziHlabelelo. Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engawulindi umuzi, umlindi uphaphamela ize.
IsiHlabelelo sikaDavide. Jehova, inhliziyo yami ayiphakamile, namehlo ami awaphakeme; futhi angizivivinyi ezindabeni ezinkulu noma ezintweni eziphakeme kakhulu kimi.
UNkulunkulu wezwa ukububula kwabo, uNkulunkulu wakhumbula isivumelwano sakhe no-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.