Kepha thina siyakumdumisa uJehova kusukela manje kuze kube phakade. Dumisani uJehova.
AmaHubo 131:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Israyeli makathembele kuJehova kusukela manje kuze kube phakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Israyeli, yethemba uJehova kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade. IsiZulu 2020 Israyeli, yethemba uSimakade kusukela manje kuze kube phakade. |
Kepha thina siyakumdumisa uJehova kusukela manje kuze kube phakade. Dumisani uJehova.
UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela manje kuze kube phakade.
U-Israyeli makathembele kuJehova, ngokuba kuJehova kukhona umusa, futhi kuye kukhona insindiso enkulu.
Ubusisiwe lowo omsizi wakhe uNkulunkulu kaJakobe, othemba lakhe likuJehova uNkulunkulu wakhe.