Ophuma ekhala ethwele imbewu eyigugu uyakubuya ngokuthokoza, alethe izinyanda zakhe;
AmaHubo 129:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umvuni angasigcwalisi isandla sakhe ngakho; nobophayo akadabuli isifuba sakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ovunayo akagcwalisi ngabo isandla sakhe, nobopha izinyanda izingalo zakhe. IsiZulu 2020 Ovunayo akagcwalisi ngabo isandla sakhe, nobopha izinyanda, izingalo zakhe. |
Ophuma ekhala ethwele imbewu eyigugu uyakubuya ngokuthokoza, alethe izinyanda zakhe;
Ngokuba bahlwanyele umoya, bavune isivunguvungu; ihlumela ngeke liveze ufulawa; uma kunjalo, abafokazi bayakuwudla.
Ngokuba ohlwanyelela enyameni yakhe uyakuvuna ukonakala enyameni; kodwa ohlwanyelela kuMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.