Ngokuba ukufutheka kwakhe kuba ngokomzuzwana nje; emseni wakhe kukhona ukuphila: ukukhala kuhlezi ubusuku, kepha ekuseni kukhona intokozo.
AmaHubo 126:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ophuma ekhala ethwele imbewu eyigugu uyakubuya ngokuthokoza, alethe izinyanda zakhe; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ohamba ekhala izinyembezi, ephethe imbewu yokuhlwanyela, uyakubuya ngokuthokoza, ephethe izinyanda zakhe. IsiZulu 2020 Lowo ohamba ekhala, ephethe imbewu, uyakubuya ngokuthokoza, ethwele izinyanda zakhe. |
Ngokuba ukufutheka kwakhe kuba ngokomzuzwana nje; emseni wakhe kukhona ukuphila: ukukhala kuhlezi ubusuku, kepha ekuseni kukhona intokozo.
ukumisa abalilayo eZiyoni, ukubanika umhlobiso esikhundleni somlotha, amafutha entokozo esikhundleni sokulila, ingubo yokudumisa esikhundleni somoya odabukileyo; ukuze babizwe ngokuthi imithi yokulunga, okutshalwe nguJehova, ukuze adunyiswe.