Makabongwe uJehova ongasinikelanga sibe yimpango emazinyweni abo.
Makabongwe uJehova ongasinikelanga ukuba sibe yimpango yamazinyo abo.
Makabongwe uSimakade ongasinikelanga ukuba sibe yimpango abayinephuza ngamazinyo abo.
Wangishaya kabuhlungu ukuze ngiwe, kodwa uJehova wangisiza.
Kubabi abangicindezelayo, nasezitheni zami ezibulalayo ezingihaqileyo.
Igazi lami malingaweli emhlabathini phambi kukaJehova, ngokuba inkosi yakwa-Israyeli yaphuma ukuyofuna intwazana, njengalapho umuntu ezingela intendele ezintabeni.