Amanzi aziqhenyayo adlula umphefumulo wethu;
kudlule phezu komphefumulo wethu amanzi akhukhumeleyo.
kwadlula phezu komphefumulo wethu amanzi anamandla.
wathi: “Uzakuza kuze kube manje, kepha awuyikudlula; lapha kuyakuvinjwa amaza akho aziqhenyayo na?
Aningesabi na? usho uJehova, uthi: “Aniyikuthuthumela phambi kwami, mina engabeka isihlabathi emkhawulweni wolwandle ngomyalo waphakade ukuba lungedlule kuwo; uma zibhonga, azinakudlula na?