IsiHlabelelo SeziHlabelelo. Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engawulindi umuzi, umlindi uphaphamela ize.
AmaHubo 121:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kayikuvuma unyawo lwakho lukhubeke; yena okugadileyo akozeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akayikuvuma ukuba unyawo lwakho lushelele; okulondolozayo akayikozela. IsiZulu 2020 Akayukuluvumela unyawo lwakho lushibilike; okulondayo akozeli. |
IsiHlabelelo SeziHlabelelo. Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engawulindi umuzi, umlindi uphaphamela ize.
UJehova uyakumlondoloza, amgcine ephila; futhi uyobusiswa emhlabeni, futhi ngeke umnikele entandweni yezitha zakhe.
Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.
Mina Jehova ngiyakulonda; ngizawunisela umzuzu wonke; ukuze kungabikho muntu owulimazayo, ngizowuqapha ubusuku nemini.
Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.
Uzalinda inyawo zabangcwele bakhe, lababi bazathuliswa ebumnyameni; ngoba ngamandla kakho ozanqoba.