Ngingomunye wabathanda ukuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; nifuna umuzi nomama kwa-Israyeli; Niyakushwabadelani ifa likaJehova na?
AmaHubo 120:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mina ngingowokuthula, kepha lapho ngikhuluma, bona babe ngezokulwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngingowokuthula; kepha uma ngikhuluma, bangabalwayo. IsiZulu 2020 Mina ngingowokuthula, kodwa uma ngikhuluma, bayalwa. |
Ngingomunye wabathanda ukuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; nifuna umuzi nomama kwa-Israyeli; Niyakushwabadelani ifa likaJehova na?
Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baceba izindaba zenkohliso ngabanokuthula ezweni.
Welulela izandla zakhe phezu kwabahlezi ngokuthula; Wephule isivumelwano sakhe.
Babusisiwe abalamulayo, ngokuba bayakubizwa ngokuthi ngabantwana bakaNkulunkulu.
Landelani ukuthula nabantu bonke, nokungcweliswa, okungekho muntu oyobona iNkosi ngaphandle kwakho;