Ngoba liyini ithemba lomzenzisi, lanxa ezuza, uba uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe?
AmaHubo 120:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Niyakuphiwa ngani na? Kuzakwenziwani kuwe, lulimi lwamanga? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakuvuzwa ngani, uyakwenezelelwani wena lulimi lwenkohliso, na? IsiZulu 2020 Uyoklonyeliswa ngani, uyokwenezelelwani wena lulimi lwenkohliso na? |
Ngoba liyini ithemba lomzenzisi, lanxa ezuza, uba uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe?
Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?
Benazithelo zini ngaleso sikhathi ngalezo eninamahloni ngazo manje na? ngoba isiphetho salezozinto yikufa.