Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.
AmaHubo 119:155 - Contemporary Zulu Bible 2024 Insindiso ikude nababi, ngokuba abafuni izimiso zakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukusindiswa kukude nababi, ngokuba abafuni izimiso zakho. IsiZulu 2020 Ukusindiswa kukude nezikhohlakali, ngokuba azizifuni izimiso zakho. |
Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.
Omubi akayikumfuna uNkulunkulu ngokuzikhukhumeza kobuso bakhe; uNkulunkulu akekho kuyo yonke imicabango yakhe.
Ngoba wena uyakusindisa abantu abahluphekayo; kodwa uyokwehlisa ukubonakala okuphezulu.
Ukumesaba uJehova kungukuqala kolwazi, kepha iziwula ziyadelela ukuhlakanipha nokulaywa.
Ngiyadala isithelo sezindebe; Ukuthula, ukuthula kuye okude nakuye oseduze,” usho uJehova; ngiyakumphulukisa.
Sonke siyabhonga njengamabhere, silila njengamajuba; silindela ukwahlulelwa, kepha akukho; ekusindisweni, kepha kukude nathi.
Samemeza sathi: ‘Baba Abrahama, ngihawukele, uthume uLazaru, agcobhoze isihloko somunwe wakhe emanzini, aphozise ulimi lwami; ngoba ngiyahlushwa kulelilangabi.