Futhi ungalisusi izwi leqiniso emlonyeni wami; ngoba ngiyethemba izahlulelo zakho.
AmaHubo 119:114 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; Ngethemba izwi Lakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyethemba izwi lakho. IsiZulu 2020 Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyalethemba izwi lakho. |
Futhi ungalisusi izwi leqiniso emlonyeni wami; ngoba ngiyethemba izahlulelo zakho.
CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.
Kepha wena Jehova uyisihlangu sami; inkazimulo yami nokuphakanyiswa kwekhanda lami.
Wena uyisiphephelo sami; Uzangivikela ekuhluphekeni; Uzongihaqa ngezihlabelelo zensindiso. Sela.
Ngokuba uJehova uNkulunkulu uyilanga nesihlangu; uJehova uyakupha umusa nodumo; Akayikubagodlela okuhle abahamba ngobuqotho.
Umuntu uyakuba njengendawo yokukhosela emoyeni nesivikelo esivunguvungwini; njengemifula yamanzi endaweni eyomileyo, njengomthunzi wedwala ezweni eliyethileyo.