UJowabe esebonile ukuthi impi imelene naye ngaphambili nangasemuva, wakhetha kubo bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu.
AmaHubo 118:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zangihaqa; yebo, bangihaqile, kepha egameni likaJehova ngiyakubachitha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayangikaka, yebo, bayangizungeza; egameni likaJehova ngiyakubachitha. IsiZulu 2020 Zingiphahlile, yebo, zingizungezile; egameni likaSimakade ngizozibhubhisa. |
UJowabe esebonile ukuthi impi imelene naye ngaphambili nangasemuva, wakhetha kubo bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu.
USawuli wasesuka waya ngaphetsheya kwentaba, loDavida labantu bakhe bengapha kwentaba; ngoba uSawule nabantu bakhe bamhaqa uDavide namadoda akhe ukuba bababambe.