Zonke izizwe zingihanqile, kodwa ngegama likaJehova ngizozibhubhisa.
Bonke abezizwe bayangizungeza; egameni likaJehova ngiyakubachitha.
Zonke izizwe zingizungezile, egameni likaSimakade ngizozibhubhisa.
Wanginika izintamo zezitha zami; ukuze ngibhubhise abangizondayo.
Bakhala, kepha kwakungekho okhululayo: kuJehova, kepha akabaphendulanga.
Zangizungeza njengamanzi imihla ngemihla; bangihaqa kanyekanye.
Usudelile kimi othandiweyo nomngane, nabazana nami ebumnyameni.
Ngalolo suku ngiyakwenza iJerusalema libe yitshe elinzima kubo bonke abantu;
Esebuthene onke lawo makhosi, eza amisa ngasemanzini aseMeromu ukuba alwe no-Israyeli.