UNkulunkulu wamkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezazinaye emkhunjini;
AmaHubo 115:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wasikhumbula; Uyosibusisa; uyakubusisa indlu ka-Israyeli; uyakubusisa indlu ka-Aroni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova usikhumbulile; uyakubusisa, abusise indlu ka-Israyeli, abusise indlu ka-Aroni. IsiZulu 2020 USimakade usikhumbulile, uzosibusisa, abusise indlu ka-Israyeli, abusise indlu ka-Aroni. |
UNkulunkulu wamkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezazinaye emkhunjini;
Ungakhumbuli izono zobusha bami neziphambeko zami; ngicabange ngokomusa wakho ngenxa yomusa wakho, Jehova.
Cabanga ngakho, Jakobe nawe Israyeli! ngoba uyinceku yami; ngakubumba; uyinceku yami; O Israyeli, ngeke ukukhohlwa yimi.
Embuka wethuka, wathi: Kuyini, Nkosi? Yathi kuye: “Imikhuleko yakho nokwabela kwakho abampofu izipho kukhuphukele kwaba yisikhumbuzo phambi kukaNkulunkulu.
UNkulunkulu eseyivusile iNdodana yakhe uJesu, wayithuma kini kuqala, ukuze anibusise ngokuniphendula yilowo nalowo ebubini bakhe.
ukuze isibusiso sika-Abrahama sibe phezu kwabezizwe ngoKristu Jesu; ukuze samukele isithembiso sikaMoya ngokukholwa.
Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu osibusisile ngezibusiso zonke zomoya ezulwini kuKristu.