Izinsuku zakhe mazibe yingcosana; omunye abambe isikhundla sakhe.
Izinsuku zakhe mazibe yingcosana, omunye athathe isikhundla sakhe.
Mazibe yingcosana izinsuku zakhe, isikhundla sakhe sithathwe ngomunye.
Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.
Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa.