Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.
AmaHubo 109:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba umlomo wababi nomlomo wabakhohlisayo bangivulele; bakhulume ngami ngolimi lwamanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba umlomo womubi nomlomo wenkohliso bawuvulile ngakimi; bakhulumile ngami ngolimi lwamanga. IsiZulu 2020 Ngokuba umlomo womubi nomlomo wenkohliso kumelene nami, kuqamba amanga ngami. |
Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.
U-Ahithofeli wathi ku-Abisalomu: “Mangikhethe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngixoshe uDavide ngalobu busuku.
Balola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela.
Ngokuba ngizwile ukuhleba kwabaningi; njengoba becebisana ngami, baceba ukususa umphefumulo wami.
Izindebe zamanga mazithuliswe; abakhuluma ngokuzidla nangokudelela abalungileyo.
Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.
Futhi bagoba ulimi lwabo njengomnsalo ukuze baqambe amanga, kodwa kabanasibindi ngeqiniso emhlabeni; ngoba basuka kokubi baye kokubi, njalo kabangazi, kutsho i Nkosi.
Futhi bayakukhohlisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, bangakhulumi iqiniso;
Base bemisa ofakazi bamanga abathi: “Lona kayeki ukukhuluma amazwi ayinhlamba ngale ndawo engcwele nangomthetho;