malibe phezu kwekhanda likaJowabe naphezu kwayo yonke indlu kayise; futhi makungabikho muntu ophuma endlini kaJowabe ocucuzayo noma onochoko noma oncike ngodondolo noma owela enkembeni noma oswela isinkwa.
AmaHubo 109:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakhe mabazulazule, bancenge njalo; mabafune ukudla kwabo ezindaweni zabo eziyincithakalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakhe mababe yizintandane, baphanze, bacele bekude nezindawo zabo ezichithekileyo. IsiZulu 2020 Abantwana bakhe mababe yizintandane, baphanze, bacele bekude nezindawo zabo eseziyincithakalo. |
malibe phezu kwekhanda likaJowabe naphezu kwayo yonke indlu kayise; futhi makungabikho muntu ophuma endlini kaJowabe ocucuzayo noma onochoko noma oncike ngodondolo noma owela enkembeni noma oswela isinkwa.
Ngakho uchoko lukaNahamani luyonamathela kuwe nasenzalweni yakho kuze kube phakade; Wasuka ebusweni bakhe, enochoko, emhlophe njengeqhwa.
Uma abantwana bakhe banda, kungenxa yenkemba, nenzalo yakhe ayiyikusutha isinkwa.
Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.
Ngangimusha, manje sengimdala; kepha angizange ngibone olungileyo eshiyiwe, nenzalo yakhe iphanza ukudla.
Ngokuba njengenyoni ezulazulayo elahliwe esidlekeni, ayakuba njalo amadodakazi akwaMowabi ngasemifuleni yase-Arinoni.