AmaHubo 108:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba umusa wakho mkhulu ngaphezu kwamazulu, neqiniso lakho lifinyelela emafwini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwezulu, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini. IsiZulu 2020 ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwamazulu, ukwethembeka kwakho kufinyelela emafini. |
Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo.
Ngokuba ngathi: Umusa uyakwakhiwa kuze kube phakade; Ukuthembeka kwakho kuyakukuqinisa ezulwini.
Amazulu azadumisa izimangaliso zakho, Jehova, lawe ugane ebandleni labangcwele.
Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba, kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu, nemicabango yami kunemicabango yenu.