Walimboza ngesikhukhula samanzi njengesambatho; amanzi ema phezu kwezintaba.
Wawumboza ngolwandle njengengubo; amanzi ema phezu kwezintaba.
Wawumboza ngolwandle njengengubo, amanzi ema phezu kwezintaba.
Amanzi ayenamandla phezu komhlaba; zasitshekelwa zonke izintaba eziphakemeyo eziphansi kwezulu lonke.
Amanzi aba yizingalo eziyishumi nanhlanu phezulu; zasitshekelwa izintaba.
Ngokuba lokhu abakwazi ngokuthanda kwabo, ukuthi amazulu ayekhona kwasendulo ngezwi likaNkulunkulu, nomhlaba umi emanzini nasemanzini.