Ilanga liyaphuma, ziyabuthana, zilale emigodini yazo.
Liphuma ilanga, bese zibuyela phansi zilale emihumeni yazo.
Kuthi ngokuphuma kwelanga abuyele phansi emiphandwini yawo, alale.
Khona-ke izilwane zingena emigodini futhi zihlale ezindaweni zazo.
Umqhele wakho unjengesikhonyane, nezikhulu zakho zinjengesikhonyane esikhulu esimisa ezintangeni ngosuku lwamakhaza, kepha ekuphumeni kwelanga ziyabaleka, nendawo yaso ingaziwa ukuthi ziphi.
Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ingasolwa.