Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 104:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wamisa inyanga ngezinkathi; ilanga liyakwazi ukushona kwalo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wenza inyanga ibe ngeyokwahlukanisa izikhathi; ilanga liyazi ukushona kwalo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wenza inyanga ukuba ibe ngeyokwehlukanisa izinkathi, ilanga liyazi ukuthi lishona nini.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 104:19
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyalile yini ikusasa kusukela ezinsukwini zakho; nokusa kwazisa indawo yakhe;


Ukuphuma kwalo kusukela emkhawulweni wezulu nokujikeleza kwalo kuya emikhawulweni yalo, futhi akukho okufihlekile ekushiseni kwalo.


Usuku ngolwakho, nobusuku bungobakho: Nguwe owalungisa ukukhanya nelanga.


Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo;


Usho kanje uJehova, onika ilanga libe ngukukhanya emini, nezimiso zenyanga nezezinkanyezi zibe njengokukhanya ebusuku, odabula ulwandle ukuze kuhlokome amaza alo; NguJehova Sebawoti igama lakhe;


futhi ungaphakamiseli amehlo akho ezulwini, nalapho ubona ilanga, nenyanga, nezinkanyezi, yebo, lonke ibandla lasezulwini, lixoshwe ukuba likhuleke kuzo, likhonze lezo uJehova UNkulunkulu wahlukanisela izizwe zonke ngaphansi kwalo lonke izulu.