Ngokuba ukububula kwami kufika ngaphambi kokuba ngidle, nokubhonga kwami kuthululwa njengamanzi.
AmaHubo 102:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ngidle umlotha njengesinkwa, ngixubanise okuphuzwayo kwami nezinyembezi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba ngidlile umlotha njengesinkwa, nophuzo lwami ngiluxubanisile nezinyembezi. IsiZulu 2020 Ngikhume umlotha njengesinkwa, nengikuphuzayo ngakuxubanisa nezinyembezi, |
Ngokuba ukububula kwami kufika ngaphambi kokuba ngidle, nokubhonga kwami kuthululwa njengamanzi.
Kungani udangale, mphefumulo wami? nikhathazekeleni kimi na? uthembele kuNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa oyimpiliso yobuso bami noNkulunkulu wami.
Izinyembezi zami zazingukudla kwami imini nobusuku, lapho bethi kimi njalo: Uphi uNkulunkulu wakho?
Ukhuphula umlotha; inhliziyo ekhohlisayo imjikisile, ukuze angakwazi ukusindisa umphefumulo wakhe futhi angasho ukuthi: Akukho manga esandleni sami sokunene na?
Bayakukhotha uthuli njengenyoka, baphume emigodini yabo njengezimpethu emhlabeni; bayakumesaba uJehova uNkulunkulu wethu, bakwesabe.