Kepha uma nifuna ukuhamba, qinani empini; uNkulunkulu uyakuniyeka niwele phambi kwesitha, ngokuba uNkulunkulu unamandla okusiza nokuwisa.
AmaHubo 102:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngenxa yolaka lwakho nentukuthelo yakho, ngokuba wangiphakamisa wangiphonsa phansi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngenxa yentukuthelo nolaka lwakho ungifukulile, wangilahla. IsiZulu 2020 ngenxa yentukuthelo nolaka lwakho, ungiqukule wangilahla kude. |
Kepha uma nifuna ukuhamba, qinani empini; uNkulunkulu uyakuniyeka niwele phambi kwesitha, ngokuba uNkulunkulu unamandla okusiza nokuwisa.
Akukho ukuphila enyameni yami ngenxa yentukuthelo yakho; akukho ukuphumula emathanjeni ami ngenxa yesono sami.
Lapho usola umuntu ngobubi, ubuhle bakhe buqedwa njengenundu; isibili wonke umuntu uyize. Sela.
Lapho ngicabanga ngalezi zinto, ngithulula umphefumulo wami phakathi kwami; ngoba ngahamba nesixuku, ngaya nabo endlini kaNkulunkulu, ngezwi lokujabula nokudumisa, kanye nesixuku ebesenza idili.
Khathesi siyazi ukuthi konke okutshoyo umlayoukutsho kwabangaphansi komlayo, ukuze yonke imilomo ivinjwe, lokuthi umhlaba wonke ube lecala phambi kukaNkulunkulu.