AmaHubo 101:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Inhliziyo embi iyakusuka kimi; omubi angiyikumazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Inhliziyo ephambeneyo iyakusuka kimi; omubi angiyikumazi. IsiZulu 2020 Ngiyakuziqhelelanisa nenhliziyo edukileyo, omubi angiyukumnaka. |
Sukani kimi nina nonke benzi bokubi! ngokuba uJehova wezwa izwi lokukhala kwami.
Umuntu ongalungile uyisinengiso kolungileyo, noqotho endleleni uyisinengiso kwababi.
Ukumesaba uJehova kungukuzonda okubi; ukuzidla, nokuzidla, nendlela embi, nomlomo omubi, ngiyawuzonda.
Khona ngiyakufakaza kubo ukuthi: Angizange nginazi; sukani kimi nina benzi bokubi.
Nokho isisekelo sikaNkulunkulu simi siqinile, sinalolu phawu: INkosi iyabazi abangabayo. Futhi, Wonke obiza ibizo likaKristu kadede ebubini.